Resolution for 2020 is to work very hard to help my community
learn from each other
teach each other
grow together
Inhloso ku2020 ukusebenza kanzima ukusiza umphakathi wami
ngokufundisana
ngokufundisa
ngokukhulisana
I will make the websites below to help achieve the above goals.
I hope some will be ready by end of Jan 2020.
CoronaVirus
iCoronavirus isifo esithelelana ngezindlela ezahlukene,siyathelelana
ngokuthintana,ukuthimula nokukhwehlela uvale ngezandla.
uDr Davan uqoke ukuxhasa ngokuthunga izamfonyo ukuze wonke umuntu ozobona
udokotela abe naso isamfonyo.
Emva kokufaka isamfonyo ungabe usayithinta. Uma ufuna ukuyithinta, geza izandla zakho kuqala.
Ekupheleni kukaMbasa sizobe sesinikezele ngezamfonyo ezingaphezu kuka 3000.
Abanye abantu bayazilahla izamfonyo.NINGAKWENZI LOKHO!
uDr Davan usebenzise imali eningi ukuthenga imishini yokuthunga, izinsiza kusebenza kanye nokukhokhela
abathungayo .
Izamfonyo ningaphinda nizisebenzise,nizisokhe ngamanzi abilile imizuzu eyishumi nanhlanu bese uyiwasha
ngensipho. uma usu-Ayina sikhave ngempahla i-Ayina yakho ingashisi kakhulu.
iCoronavirus iyabulala uma ushisa kusukela ku 56C kuya ku 90C
Kumele uqikelele ukuthi izandla zakho uyaziwasha ngensipho imizuzwana engamashumi
amabili.
Ngolwazi oluningi vakashela
www.sacoronavirus.co.za
Coronavirus is a disease transmitted in different ways.It can transmitted by
touching,sneezing,coughing.
Dr Davan decided to sew masks and supply them to all the patients who are coming to see the Doctor.
After you put on the mask DO NOT touch it. If you want to touch it, wash your hands first
By end of April we would have given away more than 3000 masks.
Some people are throwing away the masks. DO NOT DO THIS!
Dr Davan spent a lot of money buying sewing machines , material and paying staff to make these masks.
You can re-use these masks,soak in boiling water for 15 minutes and then wash with soap. When ironing
cover with a cloth and use MEDIUM heat.
Coronavirus is killed at temperatures of 56C to 90C
Make sure you wash your hands with soap for 20 seconds.
For more information visit
www.sacoronavirus.co.za
mathsNyana
I think children are being taught too many sections of Maths at school.
That means educators have less time to teach the basics properly.
This website will focus on the basics from Grade 8 and up.
Ngicabanga ukuthi izingane zifundiswa izingxenye eziningi zeMaths esikoleni.
Kusho ukuthi othisha banesikhathi esincane sokufundisa izinto eziyisisekelo kahle.
Le website izogxila esisekelweni kusukela kuGrade 8 kuyaphezulu.
Not Ready
codeNyana
This website will help you to learn the basics of web development and computer
programming.
Le website izokusiza ufunde isisekelo seweb development necomputer programming.
Not Ready
fundaNyana
I am making this website to help myself learn isiZulu.
Ngenza le website ukuze ngizozisize ngokufunda isiZulu.
Not Ready
Qiniso
It is difficult to trust the media in this age of fake news.
This website helps to develop critical thinking.
It provides a platform for users to research and post arguments for or against a news story
Kunzima ukuthemba abezindaba kulezi zinsuku zezindaba ezingamanga.
Le website isiza ukukhulisa ukucabanga okuphusile.
Inikeza abayisebenzisayo indawo yokuphenya nokuveza imibono yabo ngokuphathelene nezindaba.
Not Ready
Xoxa
A website for users to discuss ideas to help our country.
Iwebsite yokuveza imibono ezosiza izwe lethu.